Friday 15 March 2024

 mtolo 1

kubathandi nabalandeli beqhawe lika masikandi uMtolo 1 


silandela lapha kulelikhasi (mtolo1one) uzozibonela nawe izithombe zakho enzinhle ozishuthenaye, noma ngabanye bomculo wesintu phela lomcolo maAfrica amahle masingakhohlwa ukuthi  ifagugu lethuleli

 Umculo kamasikandi ungahamba uyephi kukancane abelungu bekwazi ukudlala isinsimbi zoshuni ka masikandi yize ezinye zazo lezinsimbi bengo chwepheshe ekuzisebenziseni bango (sound enginner) kodwa loshuni uthi chabobo!! angenziwanjalo

  emcimbini onoMtolo1 nabanye bomasikandi abanetshisekelo yokuthuthukisa izindawo, nabantu, esisukakuzo .

yikho kulelikhasi wena mlandeli we TOLOS uzosithume lela isikhalasesi khangiso somsebenzi owenzayo  ofisa ukuba uvezelwe abantu lapha umsebenzi wakho uvezelwa ebantwini kwabaningi abangaba landeli ba Mtolo1, konke lokhu sokwenza mahhala ha! qinisekisa ukucela isikhathi sokushhutha neTOLOS umanje ukewalibona emcimbini. 

 emcimbini kamasikandi sibuza itolos like laphawula lathi iqhawe.. "Nibaningi balandeli bami kuyangi thokozisa ukuni bona nikhula ngokubambisana nithokoziswa ngumculo wami nomsebenzi we BillionzRecords , 

sisungule amaqhinga amasha azokwazi ukulekelela abalandile ezintweni zabo abazifisayo esikhathini samanje kuvele amathuba emisebenzi engekho kodwa ukuveza umsebenzi wakho eningini yikona okokweza usomabhizinisi omkhulu ngelinye ilanga. Ngike kufise uku post izithombe zenu nonke manje kulezinkundla zokuxhumana aniziboni ngendlela enifuna ngayo UKUVEZWA NGOKU KHETHEKILE "' 

kulawomazwi ka Mtolo one unethulela inkudlayakhe nabalandeli lapho sithi vela welokhuza ngibone emcimbini bekunjani .

No comments:

Post a Comment

  Mother of all Mas'kandi   .Vote For MTOLO -1 Ziyikame ziyikamile, akusekho ukubuye mumva njengoba sesibheke emaphethelweni we MOTHER O...